Akusiyo imali kuphela edingwa ingane kubaba wayo, kodwa isikhathi, uthando, ukudlala ndawonye, izeluleko kanye nokunye. Bungaqiniswa kanjani ubudlelwano phakathi kukababa wengane nengane?