Gagasi FM

Ubangwa Nezibi Owesifazane Okubikwa Ukuthi Ugencwewe Wumfundisi | Gagasi FM News

Powered By

Umndeni wakwaMbhele eBluff eThekwini uthi usadidekile ngokuhlaselwa kwelungu lawo uNomthandazo Mbhele. uMbhele kubikwa ukkuthi uhlaselwe kanye nendodakazi yakhe, ngowesilisa ongowokufika kukeli okubikwa ukuthi ungumfundisi webandla akhonza kulona. Oyilungu lomndeni uMjostana Mbhele odume ngelika Pastor Mjosti, uselandise intatheli ye GagasiFM ngokubehlele.